kepha ninikele ngomnikelo wokushiswa, umnikelo womlilo wephunga elimnandi kuJehova: inkunzi ibe nye, nenqama ibe nye, nezimvu zamaduna eziyisikhombisa ezinomnyaka munye ezingenasici,