Unumeri 22:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Abantwana bakwa-Israyeli bahamba, bamisa emathafeni akwaMowabi ngaphesheya kweJordani ngaseJeriko.

2. UBalaki indodana kaSipori wabona konke akwenzile u-Israyeli kuwo ama-Amori.

Unumeri 22