Unumeri 13:5-9 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

5. Owesizwe sakwaSimeyoni: uShafati indodana kaHori.

6. Owesizwe sakwaJuda: uKalebi indodana kaJefune.

7. Owesizwe sakwa-Isakare: u-Igali indodana kaJosefa.

8. Owesizwe sakwa-Efrayimi: uHosheya indodana kaNuni.

9. Owesizwe sakwaBenjamini: uPaliti indodana kaRafu.

Unumeri 13