Unumeri 13:3-6 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

3. UMose wabathuma-ke besuka ehlane lasePharanu ngesiyalezo sikaJehova; bonke babo babe ngabantu abayizinhloko zabantwana bakwa-Israyeli.

4. Lawa angamagama abo:Owesizwe sakwaRubeni: uShamuwa indodana kaZakuri.

5. Owesizwe sakwaSimeyoni: uShafati indodana kaHori.

6. Owesizwe sakwaJuda: uKalebi indodana kaJefune.

Unumeri 13