Unumeri 13:22 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Benyukela ngaseningizimu, bafika eHebroni; o-Ahimani, noSheshayi, noTalimayi, abantwana bakwa-Anaki, babelapho. IHebroni lakhiwa iminyaka eyisikhombisa lingakakhiwa iSowani laseGibithe.

Unumeri 13

Unumeri 13:16-32