Unumeri 1:7-12 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

7. KwaJuda: uNaheshoni indodana ka-Aminadaba.

8. Kwa-Isakare: uNethaneli indodana kaSuwari.

9. KwaZebuloni: u-Eliyabe indodana kaHeloni.

10. Kubantwana bakwaJosefa: kwa-Efrayimi: u-Elishama indodana ka-Amihudi; kwaManase: uGamaliyeli indodana kaPedasuri.

11. KwaBenjamini: u-Abidani indodana kaGideyoni.

12. KwaDani: u-Ahiyezeri indodana ka-Amishadayi.

Unumeri 1