Unehemiya 8:9 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

UNehemiya owayengumbusi, no-Ezra umpristi nombhali, namaLevi ayebafundisa abantu, bathi kubantu bonke: “Lolu suku lungcwele kuJehova uNkulunkulu wenu; ningalili, ningakhali.” Ngokuba bonke abantu bakhala, lapho bezwa amazwi omthetho.

Unehemiya 8

Unehemiya 8:1-10