Unehemiya 7:21-25 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

21. abantwana bakwa-Atheri kaHezekiya: ngamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalombili;

22. abantwana bakwaHashumi: ngamakhulu amathathu namashumi amabili nesishiyagalombili;

23. abantwana bakwaBesayi: ngamakhulu amathathu namashumi amabili nane;

24. abantwana bakwaHarifi: yikhulu neshumi nambili;

25. abantwana bakwaGibeyoni: ngamashumi ayisishiyagalolunye nanhlanu.

Unehemiya 7