Unehemiya 6:10 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Ngase ngiya endlini kaShemaya indodana kaDelaya kaMehetabeli owayezivalele. Wathi: “Masihlangane endlini kaNkulunkulu phakathi kwethempeli, sivale iminyango yethempeli, ngokuba bayakufika ukukubulala, yebo, ebusuku bayakufika bakubulale.”

Unehemiya 6

Unehemiya 6:9-17