Unehemiya 13:5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

wayemlungisele ikamelo elikhulu, lapho kade bebeka khona iminikelo yempuphu, nenhlaka, nezitsha, nokweshumi kwamabele, newayini, namafutha, okwakunqunyelwe ngomthetho amaLevi, nabahlabeleli, nabalindisango, kanye neminikelo yabapristi.

Unehemiya 13

Unehemiya 13:1-12