Unehemiya 10:9-17 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

9. AmaLevi: uJeshuwa indodana ka-Azaniya, noBinuwi wamadodana kaHenadadi, noKadimiyeli,

10. nabafowabo oShebaniya, noHodiya, noKelitha, noPhelaya, noHanani,

11. noMika, noRehobe, noHashabiya,

12. noZakuri, noSherebiya, noShebaniya,

13. noHodiya, noBani, noBeninu.

14. Izinhloko zabantu: oPharoshi, noPhahati Mowabi, no-Elamu, noZathu, noBani,

15. noBuni, no-Azigadi, noBebayi,

16. no-Adoniya, noBigivayi, no-Adini,

17. no-Atheri, noHezekiya, no-Azuri,

Unehemiya 10