1. Abanamathelisa nampa: uNehemiya umbusi, indodana kaHakaliya, noSedekiya,
2. noSeraya, no-Azariya, noJeremiya,
3. noPhashuri, no-Amariya, noMalikhiya,
4. noHathushi, noShebaniya, noMaluki,
5. noHarimi, noMeremoti, no-Obadiya,
6. noDaniyeli, noGinethoni, noBaruki,
7. noMeshulamu, no-Abiya, noMijamini,
8. noMahaziya, noBiligayi, noShemaya; labo babe ngabapristi.
9. AmaLevi: uJeshuwa indodana ka-Azaniya, noBinuwi wamadodana kaHenadadi, noKadimiyeli,
10. nabafowabo oShebaniya, noHodiya, noKelitha, noPhelaya, noHanani,
11. noMika, noRehobe, noHashabiya,
12. noZakuri, noSherebiya, noShebaniya,
13. noHodiya, noBani, noBeninu.
14. Izinhloko zabantu: oPharoshi, noPhahati Mowabi, no-Elamu, noZathu, noBani,
15. noBuni, no-Azigadi, noBebayi,