Umshumayeli 6:12 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Ngokuba ngubani okwaziyo okuhle okuyakuba ngokomuntu ekuhambeni kwakhe zonke izinsuku zokuhamba kwakhe okuyize aziqedayo njengesithunzi na? Ngubani ongatshela umuntu okuyakuba semva kwakhe phansi kwelanga na?

Umshumayeli 6

Umshumayeli 6:6-12