Ungabi namawala ngomlomo wakho,nenhliziyo yakho mayingasheshi ukukhipha izwiphambi kukaNkulunkulu,ngokuba uNkulunkulu usezulwini,wena usemhlabeni;ngalokho amazwi akho mawabe yingcosana.