Ungayiqalekisi inkosi nasemicabangweni yakho,ungabathuki abacebileyo nasekamelweni lakho lokulala,ngokuba inyoni yezulu iyakulihambisa izwi,nokunamaphiko kuyakuyilanda indaba.