Umika 6:13-16 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

13. Ngalokho mina ngiyakugulisa ngokushaya,ngikuchithe ngenxa yezono zakho.

14. Lapho udlayo, awuyikusutha,kube khona ukulamba phakathi kwakho;uyakususa, ungakhululi kodwa,nokukhululayo ngiyakukukhaphela enkembeni.

15. “Uyakutshala, ungavuni kodwa;uyakunyathela iminqumo, ungazigcobi kodwa ngamafutha,nezithelo zomvini, ungaliphuzi nokho iwayini.

16. Izimiso zika-Omri ziyagcinwa,nazo zonke izenzo zendlu ka-Ahabi;nihamba ngamacebo abo;ngalokho ngiyakunenza incithakalonabakhileyo khona into encimfelwayo;niyakuthwala ihlazo labantu bami.”

Umika 6