Umika 5:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Buthana ngamaviyo,ndodakazi yamaviyo;usivimbezele,bayakumshaya umahluleli wakwa-Israyeli ngenduku esihlathini.

2. “Kepha wena Betlehema Efratha,omncane ukuba ube phakathi kwemindeni yakwaJuda,ngiyakuphunyelwa ngovela kuwe,ozakuba ngumbusi kwa-Israyeli,okuvela kwakhe kusukela endulo ezinsukwini zaphakade.”

3. Ngalokho bayakukhashelwa,bese yibuyela insali yabafowabo kubantwana bakwa-Israyeli.

Umika 5