Umalaki 1:6 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

“Indodana idumisa uyise, nenceku inkosi yayo; uma nginguyise, kuphi ukudunyiswa kwami? Uma ngiyinkosi, kuphi ukwesatshwa kwami?” usho uJehova Sebawoti, “kinina bapristi enilidelela igama lami.”Nokho nithi: “Silidelele kanjani igama lakho na?”

Umalaki 1

Umalaki 1:4-10