Ulevitikusi 27:6 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Uma kusukela konenyanga kuze kube koneminyaka eyisihlanu, ukulinganisa kwakho owesilisa kuyakuba ngamashekeli* ayisihlanu esiliva, nokulinganisa kwakho owesifazane kuyakuba ngamashekeli amathathu esiliva.

Ulevitikusi 27

Ulevitikusi 27:5-13