Ulevitikusi 24:18-20 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

18. Oshaya inkomo ize ife uyakuyikhokha, kube ngukuphila ngokuphila.

19. Uma umuntu elimaza umakhelwane wakhe, njengalokho enzile yena kuyakwenziwa kanjalo kuye,

20. kube ngukwaphuka ngokwaphuka, neso ngeso, nezinyo ngezinyo; njengalokho elimazile umuntu, kanjalo kuyakwenziwa kuye.

Ulevitikusi 24