Ulevitikusi 24:12-14 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

12. Bayifaka etilongweni ukuba batshelwe ngomlomo kaJehova.

13. UJehova wakhuluma kuMose, wathi:

14. “Mkhiphele ngaphandle kwekamu* lowo othukile; bonke abamuzwa mababeke izandla zabo ekhanda lakhe, inhlangano yonke imkhande ngamatshe.

Ulevitikusi 24