Ulevitikusi 17:14 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Ngokuba umphefumulo wenyama yonke, igazi layo lihlangene nomphefumulo wayo; ngalokho ngathi kubantwana bakwa-Israyeli: “Maningadli igazi lenyama noma iyiphi, ngokuba umphefumulo wenyama yonke uyigazi layo; yilowo nalowo oyidlayo uyakunqunywa.”

Ulevitikusi 17

Ulevitikusi 17:11-16