UJehova uzwakalisa izwi lakhe phambi kwempi yakhe,ngokuba ibandla lakhe likhulu kakhulu,nowenza izwi lakhe unamandla;yebo, usuku lukaJehova lukhulu,luyesabeka kakhulu;ngubani ongaluthwala na?