Ujoshuwa 8:31 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

njengalokho uMose inceku kaJehova wayala abantwana bakwa-Israyeli, njengokulotshiweyo encwadini yomthetho kaMose, i-altare lamatshe angabaziwe, angaphakanyiselwanga muntu insimbi; banikela phezu kwalo ngeminikelo yokushiswa kuJehova, banikela ngeminikelo yokuthula.

Ujoshuwa 8

Ujoshuwa 8:29-35