Ujoshuwa 7:26 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Bamisa phezu kwakhe inqwaba yamatshe; isekhona nanamuhla; uJehova waphenduka entukuthelweni yake enkulu. Ngalokho igama laleyo ndawo laqanjwa ngokuthi isigodi sase-Akori kuze kube namuhla.

Ujoshuwa 7

Ujoshuwa 7:25-26