Ujoshuwa 6:26-27 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

26. UJoshuwa wabafungisa ngaleso sikhathi, wathi: “Makaqalekiswe phambi kukaJehova umuntu osuka akhe lo muzi waseJeriko; uyakubeka isisekelo sawo ngokulahlekelwa yizibulo lakhe, amise amasango awo ngokulahlekelwa ngomncinyane wakhe.”

27. UJehova wayenaye uJoshuwa; udumo lwakhe lwalukhona ezweni lonke.

Ujoshuwa 6