Ujoshuwa 6:23 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Izinsizwa ezaziyizinhloli zangena, zamkhipha uRahabi, noyise, nonina, nabafowabo, nabo bonke anabo, zakhipha bonke abomuzi wakhe, zababeka ngaphandle kwekamu* lakwa-Israyeli.

Ujoshuwa 6

Ujoshuwa 6:21-26