Ujoshuwa 5:13 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Kwathi uJoshuwa esengaseJeriko, waphakamisa amehlo akhe, wabona, bheka, nanso indoda malungana naye enenkemba yayo ihoshiwe esandleni sayo; uJoshuwa waya kuyo, wathi kuyo: “Uvuna thina noma izitha zethu na?”

Ujoshuwa 5

Ujoshuwa 5:7-15