Ujoshuwa 4:8 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Abantwana bakwa-Israyeli benza-ke njengalokho uJoshuwa ebayalile, bakhipha amatshe ayishumi nambili phakathi kweJordani, njengalokho uJehova ekhulumile kuJoshuwa, njengokomumo wezizwe zabantwana bakwa-Israyeli; bawela nawo, baya endaweni yokulala, bawabeka khona.

Ujoshuwa 4

Ujoshuwa 4:2-15