Ujoshuwa 22:9 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nenxenye yesizwe sakwaManase babuya, bamuka kubantwana bakwa-Israyeli eShilo eliyizwe laseKhanani ukuba baye ezweni lakwaGileyadi, izwe lefa labo, ababelwa lona njengesiyalezo sikaJehova ngesandla sikaMose;

Ujoshuwa 22

Ujoshuwa 22:2-13