Ujoshuwa 19:47 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Umkhawulo wabantwana bakwaDani waphuma kuwo; kepha abantwana bakwaDani bakhuphuka balwa neLeshemu, balithatha, balichitha ngosiko lwenkemba, balidla, bakha kulo, baliqamba iLeshemu ngokuthi iDani ngegama likaDani uyise.

Ujoshuwa 19

Ujoshuwa 19:41-49