Ujoshuwa 19:29-32 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

29. umkhawulo wajika waya eRama, nasemzini obiyelweyo waseTire; umkhawulo wajika waya eHosa; ukuphuma kwawo kwakuselwandle ngasezweni lase-Akizibi;

30. ne-Uma, ne-Afeki, neRehobi, imizi ingamashumi amabili nemizana yayo.

31. Lokho kwakuyifa lesizwe sabantwana bakwa-Asheri ngemindeni yabo, leyo mizi kanye nemizana yayo.

32. Inkatho yesithupha yadla abantwana bakwaNafetali, abantwana bakwaNafetali ngemindeni yabo.

Ujoshuwa 19