Ujoshuwa 18:20-22 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

20. IJordani lalingumkhawulo walo ngasohlangothini lwasempumalanga. Lokho kwakuyifa labantwana bakwaBenjamini njengemikhawulo yabo nxazonke ngemindeni yabo.

21. Imizi yesizwe sabantwana bakwaBenjamini ngemindeni yabo yayiyiJeriko, neBeti Hogila, ne-Emeki Kesisi,

22. neBeti Araba, neSemarayimi, neBethele,

Ujoshuwa 18