Ujoshuwa 17:4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Asondela phambi kuka-Eleyazare umpristi, naphambi kukaJoshuwa indodana kaNuni, naphambi kwezikhulu, athi: “UJehova wamyala uMose ukuba asinike ifa phakathi kwabafowethu.” Wayesewanika ifa phakathi kwabafowabo bakayise njengesiyalezo sikaJehova.

Ujoshuwa 17

Ujoshuwa 17:1-8