Ujona 4:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Kepha lokho kwaba kubi kakhulu kuJona, wathukuthela.

2. Wakhuleka kuJehova, wathi: “Ngiyakuncenga, Jehova; lokho kwakungesilo izwi lami ngisekhona ezweni lakithi na? Ngalokho ngakwandulela ngokubalekela eTharishishi, ngokuba ngiyazi ukuthi unguNkulunkulu onomusa nobumnene, wephuza ukuthukuthela, unesihe esikhulu, uzisola ngokubi;

Ujona 4