Ujobe 9:32-35 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

32. Ngokuba akasiye umuntu onjengamiukuba ngingase ngimphendule,siye kanyekanye ekwahlulelweni.

33. Akukho mnqamulajuqu phakathi kwethuongabeka isandla sakhe phezu kwethu sobabili.

34. Makayisuse induku yakhe kimi;ingebhe ngaye mayingangesabisi.

35. Khona ngiyakukhuluma, ngingamesabi,ngokuba anginjalo ngokwami.

Ujobe 9