Ujobe 9:1-4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Wayesephendula uJobe ethi:

2. “Ngeqiniso ngiyazi ukuthi kunjalo,kepha umuntu angaba elungile phambi kukaNkulunkulu na?

3. Uma efuna ukuthetha amacala naye,angemphendule nakwelilodwa kwayinkulungwane.

4. Ehlakaniphile enhliziyweni,eqinile emandleni,ngubani oziqinisele kuye, waphumelela,

Ujobe 9