Ujobe 5:2-5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

2. Ngokuba isiwula siyabulawa ngukukhathazeka,nomhawu uyachitha oyisiphukuphuku.

3. Mina ngibonile isiwula sigxilile,kepha ngaqalekisa indlu yaso ngokuzumayo.

4. Abantwana baso bakude nokusindiswa,bachotshozwa esangweni;akakho obophulayo,

5. abakuvuna kwabo kudliwa ngabalambileyo,bakukhipha nasemeveni;abanxanelayo basezela impahla yabo.

Ujobe 5