Ujobe 41:30-34 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

30. Ingaphansi lakhe linjengezindengezi ezibukhali;uyenaba njengesibhuqo odakeni.

31. Wenza inzulu ibile njengekhanzi;wenza ulwandle lufane nomfuma wamafutha.

32. Wenza umgudu ukhazimule emva kwakhe;kungathi utwa lungwevu.

33. Emhlabeni akukho okufana nayeowenziwa abe ngongesabiyo.

34. Ubona konke okuphakemeyo;uyinkosi phezu kwabo bonke abantwana bokuzikhukhumeza.”

Ujobe 41