Ujobe 4:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Wayesethatha u-Elifazi, umThemani, wathi:

2. “Uma kulingwa ukukhulunywa kuwe,uyakukhathazeka na?Kepha ngubani ongazibamba, angakhulumi, na?

3. Bheka, uqondisile abaningi;uqinisile izandla ezibuthakathaka.

Ujobe 4