Ujobe 39:27-29 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

27. Ukhozi lwenyukela phezulu ngezwi lakho,lwakhe isidleke salo phezulu, na?

28. Luhlala esiweni, lwakha khona,eweni ledwala eliyinqaba yalo.

29. Lulapho luhlola ukudla kwalo;amehlo alo akubona kusekude.

Ujobe 39