Ujobe 38:27-30 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

27. ukusuthisa ihlane kwahlongasibi,nokuhlumisa uhlaza, na?

28. Kukhona uyise wemvula na?Ngubani owazala amathonsi amazolo na?

29. Iqhwa lavela esiswini sikabani,nesithwathwa sazalwa ngubani, na?

30. Amanzi ayacasha kungathi ayitshe;ubuso botwa buhlangene.

Ujobe 38