Ujobe 38:13-17 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

13. ukuba ubambe amagumbi omhlaba,ababi bathintithwe kuwo, na?

14. Uguquka njengebumba lophawu lokunamathelisa;konke kuqhamuka kungathi kwembesiwe.

15. Ababi sebenqatshelwe ukukhanya kwabo,nengalo ephakemeyo yaphuliwe.

16. “Wake wangena emithonjeni yolwandle,wahamba phansi otweni, na?

17. Amasango okufa uwavulelwe,wabona amasango ethunzi lokufa, na?

Ujobe 38