Ujobe 36:30-33 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

30. Bheka, uyasakaza ukukhanya kwakhe ngakuye;uyasibekela ubuphansi bolwandle.

31. Ngokuba ngalokho uyabahlulela abantu,aphane kakhulu ngokudla.

32. Uyasibekela izandla zakhe ngokukhanya,akuyale ukuba kushaye isigcibisholo.

33. Umsindo wakhe ulanda ngaye oshisekela ububi ngentukuthelo.

Ujobe 36