Ujobe 36:20-22 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

20. Ungafisi ubusuku,lapho abantu beyakususwa ezindaweni zabo.

21. Xwaya ukuba ungabhekisi ubuso bakho ebubini,ngokuba ukhethile lokho kunokuhlupheka.

22. “Bheka, uNkulunkulu uphakeme ngamandla akhe;ngubani ofundisa njengaye na?

Ujobe 36