Ujobe 34:34-37 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

34. “Abantu abanokuqonda bayakusho kimi,yebo, nezihlakaniphi,lapho zingizwa, ziyakuthi:

35. ‘UJobe ukhuluma engenalwazi;amazwi akhe awanangqondo.’

36. Sengathi uJobe angavivinywa kuze kube sekupheleni,ngokuba uphendula njengabantu ababi.

37. Ngokuba uyenezela ukuhlubuka esonweni sakhe;ushaya ihlombe phakathi kwethu,andise amazwi akhe kuNkulunkulu.”

Ujobe 34