Ujobe 34:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. U-Elihu wathatha wathi:

2. “Yizwani amazwi ami,nina zihlakaniphi,nibeke indlebe kimi nina zazi.

3. Ngokuba indlebe iyavivinya amazwi,njengokuba ulwanga luzwa ukudla.

Ujobe 34