Ujobe 30:2-5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

2. Yebo, namandla ezandla zabo angangisiza kanjani,abantu abaphelile iziphika, na?

3. Bondile ngokuswela nangendlala;baququda ugwadule oluyize, olwaluyilohle nakuqala.

4. Bayakha imifino kasawoti ezihlahleni;izimpande zezinwele zingukudla kwabo.

5. Bayaxoshwa phakathi kwabantu;bamemeza emva kwabo njengasemva kwamasela.

Ujobe 30