Ujobe 3:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Emva kwalokho uJobe wavula umlomo wakhe, waqalekisa usuku lwakhe.

2. UJobe wathatha wathi:

3. “Makubhubhe usuku engazalwa ngalo,nobusuku obathi: ‘Ukhulelwe umntwana wesilisa.’

Ujobe 3