Ujobe 27:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. UJobe wabuye waphakamisa izwi lakhe, wathi:

2. “Kuphila kukaNkulunkulu osusile ukwahlulelwa kwami,noSomandla owenze munyu umphefumulo wami,

3. kusekhona ukuphefumula kimi,nomoya kaNkulunkulu usemakhaleni ami,

Ujobe 27